Skip to content
UTHUKELA NEWS TIMES

Menu
  • Home
  • Izindaba Zomphakathi
  • Ezepolitiki
  • Ezemidlalo
  • Ezingejwayelekile
  • Ezikaqedisizungu
  • Ezamanye Amazwe
  • Izikhangisi
  • Imobono
    • Ngisho NgeData Lami
    • Imibono Yabafundi
  • About Us
  • Contact Us
  • UTHUKELA FM LIVE
  • Weekly Digital News Paper
  • Amancoko
Menu

KUBANJWE ILOLI EBELITHWELE INSANGU ENGABIZA R4.7 MILLION

Posted on 11 October 2024

Amaphoyisa aseMpumalanga ashaqe insangu engabiza u-R4.7 million elolini ku-N12 ngaseDelmas. Esebenza ngokobunhloli beTrilateral Planning Cell (TPC), amaphoyisa avimbe iloli, ebelisuka eSwatini libheke eGoli.

Lo mkhankaso ubuhlanganisa iDelmas SAPS, Middelburg K9, Middelburg Flying Squad, kanye neMpumalanga Covert Intelligence. Nakuba uphenyo lokuqala alutholanga lutho olusolisayo, amaphoyisa athole iphunga elinamandla lensangu. Baphelezele iloli baya eDelmas SAPS, lapho inja yezidakamizwa iveze khona indawo efihlwe amabhola ensangu angu-63 egoqwe nge-sellotape ensundu.

Le nsangu inesisindo esingu-1,180 kilograms kanti kukholakala ukuthi izopakishwa ukuze isatshalaliswe. Owesilisa oneminyaka engu-30 ongowokuzalwa e-Eswatini uboshiwe kanti kulindeleke ukuthi avele enkantolo maduze.

UMajor General (Dr) Zeph Mkhwanazi, iBamba likaKhomishana wamaPhoyisa esifundazweni iMpumalanga, ukuncomile ukubambisana, wexwayisa ngokuthi abomthetho bazibophezele ekunqandeni ukushushumbiswa kwezimpahla ezingekho emthethweni eNingizimu Afrika.

Recent Posts

  • USARS UZOFAKA ENDALINI IZIMOTO ZIKAMAMKHIZE EZINGU-13
  • ULEDLULISELA PHAMBILI ICALA OGWETSHELWE UKUNYAMALALA KWENGANE YAKHE
  • UVELE ENKANTOLO OWESILISA OGWAZE WABULALA UGOGO WAKHE ONGABONI
  • AMA-2000 KUTHIWA YIWONA AHAMBA PHAMBILI NGOKUTHENGA IMIZI KULELI
  • KUSOLWA ABE X-REPO NGOKUSIZA OWAQOLA ISALUKAZI AYEQASHE EMZINI WASO

Recent Comments

  1. Sikhulu Khabazele on KUHLASELWE UMSESHI OWAYEPHENYA NGECALA LIKASENZO MEYIWA
  2. Snethemba Mbatha on UKHATHAZEKILE UMNDENI NGOKUNYAMALALA KOMFANYANA(7) ONYAMALALE EDLALA EDUZE KWAKUBO
  3. zodwa hlatshwayo on BAKHATHAZEKILE ABASEBENZI BAKUMASPALA UKHAHLAMBA NGOKUMISWA KWEMIHOLO YABO
  4. Nomfanelo Manqele on BAKHATHAZEKILE ABASEBENZI BAKUMASPALA UKHAHLAMBA NGOKUMISWA KWEMIHOLO YABO
  5. Mbalenhle on BAKHATHAZEKILE ABASEBENZI BAKUMASPALA UKHAHLAMBA NGOKUMISWA KWEMIHOLO YABO

Archives

  • June 2025
  • May 2025
  • April 2025
  • March 2025
  • February 2025
  • January 2025
  • December 2024
  • November 2024
  • October 2024
  • September 2024
  • August 2024
  • July 2024
  • June 2024
  • May 2024
  • April 2024
  • March 2024
  • February 2024
  • January 2024
  • December 2023
  • November 2023
  • October 2023
  • September 2023

Categories

  • About Us
  • Amancoko
  • Ezamanye Amazwe
  • Ezemidlalo
  • Ezepolitiki
  • Ezikaqedisizungu
  • Ezingejwayelekile
  • Imibono Yabafundi
  • Izikhangisi
  • Izindaba Zomphakathi
  • Ngisho NgeData Lami
  • Weekly Digital News Paper

©2025 UTHUKELA NEWS TIMES | Design: Newspaperly WordPress Theme