Skip to content
UTHUKELA NEWS TIMES

Menu
  • Home
  • Izindaba Zomphakathi
  • Ezepolitiki
  • Ezemidlalo
  • Ezingejwayelekile
  • Ezikaqedisizungu
  • Ezamanye Amazwe
  • Izikhangisi
  • Imobono
    • Ngisho NgeData Lami
    • Imibono Yabafundi
  • About Us
  • Contact Us
  • UTHUKELA FM LIVE
  • Weekly Digital News Paper
  • Amancoko
Menu

UCHIVAVIRO UNETHEMBA LOKUTHI UZOTHOLA ITHUBA LOKUDLALA NGAPHANSI KOMQEQESHI OMUSHA

Posted on 13 September 2024

Umgadli uRanga Chivaviro ukholelwa ukuthi ngokwesekwa ngumqeqeshi uNasreddine Nabi, angabuya athole ifomu elamenza wasayinwa yiKaizer Chiefs evela kuMarumo Gallants ngonyaka odlule.

Isizini yakhe yokuqala kwiChiefs ibinzima, njengoba uChivaviro evalele phakathi amagoli amane kuphela isizini yonke edlule. Lokhu kwenza abalandeli balekilabhu enkululukazi kuleli ngabalandeli bamgxeke kakhulu, bebona engathi akawenzi umsebenzi aqhashelwe wona yiqembu labo.

Nokho, uChivaviro, oneminyaka engu-31, ubonakala esevuselelwe kulo nyaka futhi ukholelwa ukuthi uzothola ifomu yakhe engcono. Uthe uNabi umkhumbuze ngomsebenzi wakhe ngesikhathi edlala kuMarumo Gallants, futhi bathole ithuba lokuxoxa ngendlela yokumbuyisela kulokho.

UNabi ufuna ukuqonda kangcono impilo yomdlali ngamunye, okukhulisa ukuzimisela kukaChivaviro ukubuyisela ifomu lakhe enhle. UChivaviro uthe wonke amaqembu alindeleke ukuthi aphakamise izinga lawo njengoba isizini izoqala, futhi bonke abadlali, kuhlanganisa nabagadli, bazimisele ukuthuthukisa ukusebenza kwabo.

IKaizer Chiefs izogadulisana neMarumo Gallants emdlalweni wokuqala weBetway Premiership ngoMgqibelo eBloemfontein ngehora lesithathu.

Recent Posts

  • UVALO LOKULAHLEKA KWEMISENBENZI INKAMPANI YEZIMOTO IHLONGOZA UKUVALA IMINYANGO KULELI
  • I-AFRI-FORUM IZOVULELA AMACALA ABAHOLI ABASOLA UTHISHANHLOKO ESIDLANGALALENI KOLUKACWECWE
  • UHLABISA GXEKE UKUGXAMBUKELA KWEPOLITIKI KOHULUMENI BASEKHAYA
  • UKUPHUZA UTSHWALA KUNCIPHISA UGQOZI LOKWENZA UCANSI EMADODENI- UCWANINGO
  • ULIBOFUZO LUHLULEKILE UKUHLANGANISA ABAMANGALELWA NENDAWO YESIGAMEKO ECALENI LIKASENZO

Recent Comments

  1. Sikhulu Khabazele on KUHLASELWE UMSESHI OWAYEPHENYA NGECALA LIKASENZO MEYIWA
  2. Snethemba Mbatha on UKHATHAZEKILE UMNDENI NGOKUNYAMALALA KOMFANYANA(7) ONYAMALALE EDLALA EDUZE KWAKUBO
  3. zodwa hlatshwayo on BAKHATHAZEKILE ABASEBENZI BAKUMASPALA UKHAHLAMBA NGOKUMISWA KWEMIHOLO YABO
  4. Nomfanelo Manqele on BAKHATHAZEKILE ABASEBENZI BAKUMASPALA UKHAHLAMBA NGOKUMISWA KWEMIHOLO YABO
  5. Mbalenhle on BAKHATHAZEKILE ABASEBENZI BAKUMASPALA UKHAHLAMBA NGOKUMISWA KWEMIHOLO YABO

Archives

  • May 2025
  • April 2025
  • March 2025
  • February 2025
  • January 2025
  • December 2024
  • November 2024
  • October 2024
  • September 2024
  • August 2024
  • July 2024
  • June 2024
  • May 2024
  • April 2024
  • March 2024
  • February 2024
  • January 2024
  • December 2023
  • November 2023
  • October 2023
  • September 2023

Categories

  • About Us
  • Amancoko
  • Ezamanye Amazwe
  • Ezemidlalo
  • Ezepolitiki
  • Ezikaqedisizungu
  • Ezingejwayelekile
  • Imibono Yabafundi
  • Izikhangisi
  • Izindaba Zomphakathi
  • Ngisho NgeData Lami
  • Weekly Digital News Paper

©2025 UTHUKELA NEWS TIMES | Design: Newspaperly WordPress Theme