Skip to content
UTHUKELA NEWS TIMES

Menu
  • Home
  • Izindaba Zomphakathi
  • Ezepolitiki
  • Ezemidlalo
  • Ezingejwayelekile
  • Ezikaqedisizungu
  • Ezamanye Amazwe
  • Izikhangisi
  • Imobono
    • Ngisho NgeData Lami
    • Imibono Yabafundi
  • About Us
  • Contact Us
  • UTHUKELA FM LIVE
  • Weekly Digital News Paper
  • Amancoko
Menu

IMABHIDA IYAQHUBEKA NOKUBA YINKUNDLA EKHONYAYO KWEYAMANQAMU EBHOLENI LAKULELI

Posted on 12 September 2024

Inhlangano ebhekelele ibhola kuleli okuwu PSL isimemezele usuku Kanye nenkundla okuyojahanwa ngalo kowe MTN 8.

Ungathi awuzwaga bamba usuku mhlaka 05/October /2024
MOSES MABHIDA STADIUM

Ngenxa yokuthi lona ngumdlalo omkhulu kakhulu, okulindeleke izinkumbi Zabalandeli kuwona akuxhamazelwa Uma kuhlelwa wona yingakho bethe isikhathi somdlalo Kanye nokudayiswa kwamathikithi kuzobuye kumenyezelwe njengoba kuhlelelwe isonto elizayo ngo Msombuluko 16 kuyena Mandulo, 20:30 kusihlwa.

Awuthi sithi fahla Kancane sithi ukucobelelana Kancane nje ngekhaya elisha le Stellenbosch okuyi (Moses Mabhida Stadium) seyidlale imidlalo emine kulenkundla emibili ye MTN 8 Kanye ne mibili ye Caf Confederation Cup kulemidlalo yomine bangenelwe yi goli elilodwa nje vo bona bashaya amagoli 12. Leli iqembu elidlala ngaphandle kokungakhombisi ukulahlekelwa abadlali babo abanamava obengu kaputeni wabo (Deona Van Rooyen) Kanye nobengumgadli wabo (Iqraam Rayners) lingabukeka liyingozi enkulu.

Khumbula lezi zokuthi, usuku okuyomenyezelwa ngalo ukuthi aseyatholakala amathikithi alomdlalo, usuku futhi ayo phela ngalo emakethe. Lokhu kungenxa yokuthi ziyaziwa izindaba zokuthi Uma I Orlando Pirates iyodlala final Mabhida nakanjani izogcwala inkundla.

Umbuzo omkhulu ngo wokuthi ingabe ezimnyama zizovuma yini ukuvinjwa ku lomlando asebewuqophile abaningi phansi.

Recent Posts

  • UVALO LOKULAHLEKA KWEMISENBENZI INKAMPANI YEZIMOTO IHLONGOZA UKUVALA IMINYANGO KULELI
  • I-AFRI-FORUM IZOVULELA AMACALA ABAHOLI ABASOLA UTHISHANHLOKO ESIDLANGALALENI KOLUKACWECWE
  • UHLABISA GXEKE UKUGXAMBUKELA KWEPOLITIKI KOHULUMENI BASEKHAYA
  • UKUPHUZA UTSHWALA KUNCIPHISA UGQOZI LOKWENZA UCANSI EMADODENI- UCWANINGO
  • ULIBOFUZO LUHLULEKILE UKUHLANGANISA ABAMANGALELWA NENDAWO YESIGAMEKO ECALENI LIKASENZO

Recent Comments

  1. Sikhulu Khabazele on KUHLASELWE UMSESHI OWAYEPHENYA NGECALA LIKASENZO MEYIWA
  2. Snethemba Mbatha on UKHATHAZEKILE UMNDENI NGOKUNYAMALALA KOMFANYANA(7) ONYAMALALE EDLALA EDUZE KWAKUBO
  3. zodwa hlatshwayo on BAKHATHAZEKILE ABASEBENZI BAKUMASPALA UKHAHLAMBA NGOKUMISWA KWEMIHOLO YABO
  4. Nomfanelo Manqele on BAKHATHAZEKILE ABASEBENZI BAKUMASPALA UKHAHLAMBA NGOKUMISWA KWEMIHOLO YABO
  5. Mbalenhle on BAKHATHAZEKILE ABASEBENZI BAKUMASPALA UKHAHLAMBA NGOKUMISWA KWEMIHOLO YABO

Archives

  • May 2025
  • April 2025
  • March 2025
  • February 2025
  • January 2025
  • December 2024
  • November 2024
  • October 2024
  • September 2024
  • August 2024
  • July 2024
  • June 2024
  • May 2024
  • April 2024
  • March 2024
  • February 2024
  • January 2024
  • December 2023
  • November 2023
  • October 2023
  • September 2023

Categories

  • About Us
  • Amancoko
  • Ezamanye Amazwe
  • Ezemidlalo
  • Ezepolitiki
  • Ezikaqedisizungu
  • Ezingejwayelekile
  • Imibono Yabafundi
  • Izikhangisi
  • Izindaba Zomphakathi
  • Ngisho NgeData Lami
  • Weekly Digital News Paper

©2025 UTHUKELA NEWS TIMES | Design: Newspaperly WordPress Theme