Skip to content
UTHUKELA NEWS TIMES

Menu
  • Home
  • Izindaba Zomphakathi
  • Ezepolitiki
  • Ezemidlalo
  • Ezingejwayelekile
  • Ezikaqedisizungu
  • Ezamanye Amazwe
  • Izikhangisi
  • Imobono
    • Ngisho NgeData Lami
    • Imibono Yabafundi
  • About Us
  • Contact Us
  • UTHUKELA FM LIVE
  • Weekly Digital News Paper
  • Amancoko
Menu

UMKHONKO WESIZWE UZOGADLA NGOSTHEMBISO ZONDO OKHETHWENI LOKUCHIBIYELA LASOGWINI.

Posted on 11 September 2024

Iqembu uMkhonto weSizwe Party lizogadla ngoMfundisi Sthembiso Zondo owayedume ngezinkulumo ezakhayo oKhozini ukuyoqinisa umkhankaso wokhetho lokuchibiyela olusoGwini.

Kuleli sonto i-MKP ikhombise ukumethemba njengoba ephambili kwabasemkhankasweni wokuba inqobe uwadi 24 ongaphansi kukamasipala iRay Nkonyeni.

USolwazi Thami Mkhize we-MKP KwaZulu-Natal uthe bakhankasa kuzona zonke izingxenye zesifundazwe ukuze banqobe lapho kuzobe kukhethwa khona.

“UZondo uyingxenye yabafundisi abaku-MKP abasebenza nathi. Yingakho ejutshwe nabanye izinsuku ezimbili kumasipala iRay Nkonyeni lapho okunokhetho lokuchibiyela khona,” kusho uMkhize.

UZondo akatholakalanga ukuba aziphendulele njengoba izincingo zakhe zombili bezivaliwe.

Lolukhetho lokuchibiyela lusezifundazweni ezinhlanu okuy-iFree State, KZN, iMpumalanga, i-North West ne-Gauteng.

KwaZulu-Natal ayisishiyagololunye amawadi okuzobe kugadulisana kuwona i-ANC, i-DA, i-ActionSA, i-MKP ne-IFP.

Recent Posts

  • UVALO LOKULAHLEKA KWEMISENBENZI INKAMPANI YEZIMOTO IHLONGOZA UKUVALA IMINYANGO KULELI
  • I-AFRI-FORUM IZOVULELA AMACALA ABAHOLI ABASOLA UTHISHANHLOKO ESIDLANGALALENI KOLUKACWECWE
  • UHLABISA GXEKE UKUGXAMBUKELA KWEPOLITIKI KOHULUMENI BASEKHAYA
  • UKUPHUZA UTSHWALA KUNCIPHISA UGQOZI LOKWENZA UCANSI EMADODENI- UCWANINGO
  • ULIBOFUZO LUHLULEKILE UKUHLANGANISA ABAMANGALELWA NENDAWO YESIGAMEKO ECALENI LIKASENZO

Recent Comments

  1. Sikhulu Khabazele on KUHLASELWE UMSESHI OWAYEPHENYA NGECALA LIKASENZO MEYIWA
  2. Snethemba Mbatha on UKHATHAZEKILE UMNDENI NGOKUNYAMALALA KOMFANYANA(7) ONYAMALALE EDLALA EDUZE KWAKUBO
  3. zodwa hlatshwayo on BAKHATHAZEKILE ABASEBENZI BAKUMASPALA UKHAHLAMBA NGOKUMISWA KWEMIHOLO YABO
  4. Nomfanelo Manqele on BAKHATHAZEKILE ABASEBENZI BAKUMASPALA UKHAHLAMBA NGOKUMISWA KWEMIHOLO YABO
  5. Mbalenhle on BAKHATHAZEKILE ABASEBENZI BAKUMASPALA UKHAHLAMBA NGOKUMISWA KWEMIHOLO YABO

Archives

  • May 2025
  • April 2025
  • March 2025
  • February 2025
  • January 2025
  • December 2024
  • November 2024
  • October 2024
  • September 2024
  • August 2024
  • July 2024
  • June 2024
  • May 2024
  • April 2024
  • March 2024
  • February 2024
  • January 2024
  • December 2023
  • November 2023
  • October 2023
  • September 2023

Categories

  • About Us
  • Amancoko
  • Ezamanye Amazwe
  • Ezemidlalo
  • Ezepolitiki
  • Ezikaqedisizungu
  • Ezingejwayelekile
  • Imibono Yabafundi
  • Izikhangisi
  • Izindaba Zomphakathi
  • Ngisho NgeData Lami
  • Weekly Digital News Paper

©2025 UTHUKELA NEWS TIMES | Design: Newspaperly WordPress Theme