Skip to content
UTHUKELA NEWS TIMES

Menu
  • Home
  • Izindaba Zomphakathi
  • Ezepolitiki
  • Ezemidlalo
  • Ezingejwayelekile
  • Ezikaqedisizungu
  • Ezamanye Amazwe
  • Izikhangisi
  • Imobono
    • Ngisho NgeData Lami
    • Imibono Yabafundi
  • About Us
  • Contact Us
  • UTHUKELA FM LIVE
  • Weekly Digital News Paper
  • Amancoko
Menu

BAGCULISEKILE NGENKOKHELO ABOMASKANDI ENQUTHU.

Posted on 31 October 2023

Umaspala waseNquthu kule mpela sonto uhloniphe abanculi bakaMaskandi abasuka ngaphansi balomaspala, Labanculi kubalwa umculi ongasekho emhlabeni uMgqumeni, Izingane zoMa, Imfezi emnyama nabanye abahlukene ngomcimbi obizwa nge Nquthu Maskandi Festival.

Abaculi abasafufusa abathole ithuba lokunandisa kulomcimbi bathi bakuthakasele kakhulu futhi babonga bayanconcoza nendlela umaspala obahlelele ngayo kanye nenkokhelo yabo ibe yinhle impela.

UMeya kamaspala iNquthu local Municipality uKhansela Lindokuhle Shabalala uthi kuyamthokozisa ukubona lomcimbi sewenzeka ngoba lesi isivumelwano abasenza nabaculi ngenhloso yokuhlonipha uMgqumeni.

Kulo mcimbi bekukhona nezinkampani eziqopha umculo kulindeleke kubekhona abaculi ezizobatomula ukubalekelela ukuthuthukisa umculo wabo.

UMeya ube esebonga umphakathi waseNquthu osamabhizinisi, abaculi kanjalo nawo wonke umuntu obeyinxenye yalomcimbi.

1 thought on “BAGCULISEKILE NGENKOKHELO ABOMASKANDI ENQUTHU.”

  1. Nkasa VirginiaNkasa says:
    2 November 2023 at 1:11 pm

    Good luck Ladysmith Black Mambazo.We are proud of you guys.

Comments are closed.

Recent Posts

  • UVALO LOKULAHLEKA KWEMISENBENZI INKAMPANI YEZIMOTO IHLONGOZA UKUVALA IMINYANGO KULELI
  • I-AFRI-FORUM IZOVULELA AMACALA ABAHOLI ABASOLA UTHISHANHLOKO ESIDLANGALALENI KOLUKACWECWE
  • UHLABISA GXEKE UKUGXAMBUKELA KWEPOLITIKI KOHULUMENI BASEKHAYA
  • UKUPHUZA UTSHWALA KUNCIPHISA UGQOZI LOKWENZA UCANSI EMADODENI- UCWANINGO
  • ULIBOFUZO LUHLULEKILE UKUHLANGANISA ABAMANGALELWA NENDAWO YESIGAMEKO ECALENI LIKASENZO

Recent Comments

  1. Sikhulu Khabazele on KUHLASELWE UMSESHI OWAYEPHENYA NGECALA LIKASENZO MEYIWA
  2. Snethemba Mbatha on UKHATHAZEKILE UMNDENI NGOKUNYAMALALA KOMFANYANA(7) ONYAMALALE EDLALA EDUZE KWAKUBO
  3. zodwa hlatshwayo on BAKHATHAZEKILE ABASEBENZI BAKUMASPALA UKHAHLAMBA NGOKUMISWA KWEMIHOLO YABO
  4. Nomfanelo Manqele on BAKHATHAZEKILE ABASEBENZI BAKUMASPALA UKHAHLAMBA NGOKUMISWA KWEMIHOLO YABO
  5. Mbalenhle on BAKHATHAZEKILE ABASEBENZI BAKUMASPALA UKHAHLAMBA NGOKUMISWA KWEMIHOLO YABO

Archives

  • May 2025
  • April 2025
  • March 2025
  • February 2025
  • January 2025
  • December 2024
  • November 2024
  • October 2024
  • September 2024
  • August 2024
  • July 2024
  • June 2024
  • May 2024
  • April 2024
  • March 2024
  • February 2024
  • January 2024
  • December 2023
  • November 2023
  • October 2023
  • September 2023

Categories

  • About Us
  • Amancoko
  • Ezamanye Amazwe
  • Ezemidlalo
  • Ezepolitiki
  • Ezikaqedisizungu
  • Ezingejwayelekile
  • Imibono Yabafundi
  • Izikhangisi
  • Izindaba Zomphakathi
  • Ngisho NgeData Lami
  • Weekly Digital News Paper

©2025 UTHUKELA NEWS TIMES | Design: Newspaperly WordPress Theme