Skip to content
UTHUKELA NEWS TIMES

Menu
  • Home
  • Izindaba Zomphakathi
  • Ezepolitiki
  • Ezemidlalo
  • Ezingejwayelekile
  • Ezikaqedisizungu
  • Ezamanye Amazwe
  • Izikhangisi
  • Imobono
    • Ngisho NgeData Lami
    • Imibono Yabafundi
  • About Us
  • Contact Us
  • UTHUKELA FM LIVE
  • Weekly Digital News Paper
  • Amancoko
Menu

IMIBONO YABAFUNDI: SINENKINGA YABANTWANA ASEBEMISWE AMASONTO AMANE ESIKOLENI INTATHAKUSA SECONDARY

Posted on 11 March 2024

Mhleli, ngingomunye wabazali bezingane ezifunda eNtathakusa Secondary School eseWinterton eBergville okhathazekile.

Manje sinenkinga la izingane zalwa esikoleni othisha bazixosha zihleli emakhaya sekuphele amaviki amane. Silokhu sibizwa singabazali ukuzothetha icala kodwa njalo alithethwa liyahlehla. Okubuhlungu ukuthi kuyabhalwa manje eskoleni izingane zethu zona azibhali.

Okuye kunezingane ezibanjwe ziphuza utshwala khona eskoleni zona icala lazo liphele ngeviki elilodwa ngoba zona ezakubo komunye wothisha.Ssihlukumezekile singabazali ngokuthi sekuqala inyanga yesibili izingane zingafundi.

Sicela Uma kuthona ongakwazi ukusibuzela kuNgqongqoshei wezeMfundo uAngie Motsekga ukuthi kumele yini abantwana bahlale isikhathi eside kangaka bengafundi.

Umzali Okhathazekile

1 thought on “IMIBONO YABAFUNDI: SINENKINGA YABANTWANA ASEBEMISWE AMASONTO AMANE ESIKOLENI INTATHAKUSA SECONDARY”

  1. Emmanuel Mbatha says:
    13 March 2024 at 5:32 am

    Noma bengabuyanga asinandaba. Sikhathele izingane eziphazamisa ukufunda ezikoleni.
    Uhluleka nokusho ukuthi yenzeni.

Comments are closed.

Recent Posts

  • UVALO LOKULAHLEKA KWEMISENBENZI INKAMPANI YEZIMOTO IHLONGOZA UKUVALA IMINYANGO KULELI
  • I-AFRI-FORUM IZOVULELA AMACALA ABAHOLI ABASOLA UTHISHANHLOKO ESIDLANGALALENI KOLUKACWECWE
  • UHLABISA GXEKE UKUGXAMBUKELA KWEPOLITIKI KOHULUMENI BASEKHAYA
  • UKUPHUZA UTSHWALA KUNCIPHISA UGQOZI LOKWENZA UCANSI EMADODENI- UCWANINGO
  • ULIBOFUZO LUHLULEKILE UKUHLANGANISA ABAMANGALELWA NENDAWO YESIGAMEKO ECALENI LIKASENZO

Recent Comments

  1. Sikhulu Khabazele on KUHLASELWE UMSESHI OWAYEPHENYA NGECALA LIKASENZO MEYIWA
  2. Snethemba Mbatha on UKHATHAZEKILE UMNDENI NGOKUNYAMALALA KOMFANYANA(7) ONYAMALALE EDLALA EDUZE KWAKUBO
  3. zodwa hlatshwayo on BAKHATHAZEKILE ABASEBENZI BAKUMASPALA UKHAHLAMBA NGOKUMISWA KWEMIHOLO YABO
  4. Nomfanelo Manqele on BAKHATHAZEKILE ABASEBENZI BAKUMASPALA UKHAHLAMBA NGOKUMISWA KWEMIHOLO YABO
  5. Mbalenhle on BAKHATHAZEKILE ABASEBENZI BAKUMASPALA UKHAHLAMBA NGOKUMISWA KWEMIHOLO YABO

Archives

  • May 2025
  • April 2025
  • March 2025
  • February 2025
  • January 2025
  • December 2024
  • November 2024
  • October 2024
  • September 2024
  • August 2024
  • July 2024
  • June 2024
  • May 2024
  • April 2024
  • March 2024
  • February 2024
  • January 2024
  • December 2023
  • November 2023
  • October 2023
  • September 2023

Categories

  • About Us
  • Amancoko
  • Ezamanye Amazwe
  • Ezemidlalo
  • Ezepolitiki
  • Ezikaqedisizungu
  • Ezingejwayelekile
  • Imibono Yabafundi
  • Izikhangisi
  • Izindaba Zomphakathi
  • Ngisho NgeData Lami
  • Weekly Digital News Paper

©2025 UTHUKELA NEWS TIMES | Design: Newspaperly WordPress Theme