Skip to content
UTHUKELA NEWS TIMES

Menu
  • Home
  • Izindaba Zomphakathi
  • Ezepolitiki
  • Ezemidlalo
  • Ezingejwayelekile
  • Ezikaqedisizungu
  • Ezamanye Amazwe
  • Izikhangisi
  • Imobono
    • Ngisho NgeData Lami
    • Imibono Yabafundi
  • About Us
  • Contact Us
  • UTHUKELA FM LIVE
  • Weekly Digital News Paper
  • Amancoko
Menu

UMPHAKATHI UTHEMBISA UKUPHELEZELA IKHANSELA NGEMVUBU BEYOFUNA AMANZI.

Posted on 28 September 2023

Uthukuthele ugane unwabu umphakathi waku Ward 4 kuMaspala uKhahlamba Local Municipality, njengoba sekuphela izinyanga ungenamanzi.

Lomphakathi uthi into ebaphatha kabi ukuthi iLoli lamanzi lidlula kuyo leward liye eWard 8. Lo mphakathi usola ikhansela lendawo uPhilani Zwane ngokwehlulwa wumsebenzi wakhe. Lamalungu omphakathi abegane unwabu athi ikhansela lehlulwa yini ukuthi litshele iLoli libathelele nabo ngoba liyakwazi ukuthelela abanye.

Bathi okungcono wukuthi bathathe imvubu bahambe naye bayofuna amanzi oThukela.

Ikhansela lithi kunzima eWadini lakhe ngoba kade ezama ukucela amanzi akaze awathole, ukhansela uveze ukuthi uqinisile umphakathi uma uthi iloli lamanzi lidlula ewadini lakhe liye kwi wadi elungumakhelwane.

Ukhansela uthi kade ecela usizo lwamanzi ewadini lakhe kodwa iziphathi mandle zomkhandlu uThukela alukaze lumsize ngalutho. Ikhansela lithi bagcine bengasabambi ngisho izincingo zakhe oThukela.

Kuze kwashaya iskhathi sokushicilelwa uMkhandlu Uthukela ungakatholakali ukuze uphawule.

Recent Posts

  • UVALO LOKULAHLEKA KWEMISENBENZI INKAMPANI YEZIMOTO IHLONGOZA UKUVALA IMINYANGO KULELI
  • I-AFRI-FORUM IZOVULELA AMACALA ABAHOLI ABASOLA UTHISHANHLOKO ESIDLANGALALENI KOLUKACWECWE
  • UHLABISA GXEKE UKUGXAMBUKELA KWEPOLITIKI KOHULUMENI BASEKHAYA
  • UKUPHUZA UTSHWALA KUNCIPHISA UGQOZI LOKWENZA UCANSI EMADODENI- UCWANINGO
  • ULIBOFUZO LUHLULEKILE UKUHLANGANISA ABAMANGALELWA NENDAWO YESIGAMEKO ECALENI LIKASENZO

Recent Comments

  1. Sikhulu Khabazele on KUHLASELWE UMSESHI OWAYEPHENYA NGECALA LIKASENZO MEYIWA
  2. Snethemba Mbatha on UKHATHAZEKILE UMNDENI NGOKUNYAMALALA KOMFANYANA(7) ONYAMALALE EDLALA EDUZE KWAKUBO
  3. zodwa hlatshwayo on BAKHATHAZEKILE ABASEBENZI BAKUMASPALA UKHAHLAMBA NGOKUMISWA KWEMIHOLO YABO
  4. Nomfanelo Manqele on BAKHATHAZEKILE ABASEBENZI BAKUMASPALA UKHAHLAMBA NGOKUMISWA KWEMIHOLO YABO
  5. Mbalenhle on BAKHATHAZEKILE ABASEBENZI BAKUMASPALA UKHAHLAMBA NGOKUMISWA KWEMIHOLO YABO

Archives

  • May 2025
  • April 2025
  • March 2025
  • February 2025
  • January 2025
  • December 2024
  • November 2024
  • October 2024
  • September 2024
  • August 2024
  • July 2024
  • June 2024
  • May 2024
  • April 2024
  • March 2024
  • February 2024
  • January 2024
  • December 2023
  • November 2023
  • October 2023
  • September 2023

Categories

  • About Us
  • Amancoko
  • Ezamanye Amazwe
  • Ezemidlalo
  • Ezepolitiki
  • Ezikaqedisizungu
  • Ezingejwayelekile
  • Imibono Yabafundi
  • Izikhangisi
  • Izindaba Zomphakathi
  • Ngisho NgeData Lami
  • Weekly Digital News Paper

©2025 UTHUKELA NEWS TIMES | Design: Newspaperly WordPress Theme