Skip to content
UTHUKELA NEWS TIMES

Menu
  • Home
  • Izindaba Zomphakathi
  • Ezepolitiki
  • Ezemidlalo
  • Ezingejwayelekile
  • Ezikaqedisizungu
  • Ezamanye Amazwe
  • Izikhangisi
  • Imobono
    • Ngisho NgeData Lami
    • Imibono Yabafundi
  • About Us
  • Contact Us
  • UTHUKELA FM LIVE
  • Weekly Digital News Paper
  • Amancoko
Menu

UFLOYD UCIJA AMALUNGA E-EFF OTHUKELA UKULUNGISELA UKHETHO LUKAZWELONKE

Posted on 4 October 2023

Iphini lika Mengameli we Economic freedom Fightiers (EFF) uFloyd Shivambu usebuye kabili kwisifunda sasoThukela amasonto elandelana. uShivambu uqale ngesonto eliphelile e Alfred Duma ezocija amalunga aleliqembu ukuze aphume agcwale izinkalo zonke ashumeyele ivangele lokhetho nokubhalisela ukuvota. Ngomsombuluko uhambele Inkosi Langalibalele Municipality nakhona ukuyokwenza esifanayo.

u Shivambu uthi akajabule neze ngesimo sabahlali basoThukela nakuzwa ukuthi abanamanzi kuzekube ilesikhathi, uthi abantu basoThukela abazi ukuthi I EFF eyaziyo ukuthi badingani futhi iyona eyobatukula.

Uxwayise ubuholi basoThukela ngokuthi uma bengayilungisi inkinga yamanzi baphinde futhi
bangavumi ukuthi bayadinga ukusizwa ngabantu abanolwazi ngokuhola omaspala kusazobanzima kwizakhakhamizi.

Kanti usihlalo we EFF oThukela uMbongeni Shange uthi into emjabulisayo ukubona izibalo zamalunga aleli qembu zikhula lapha oThukela. ubonge nezinhlaka abasebenza nazo ukukhulisa inhlangano yabo kulesifumda.

uShange uthi cha babonga ngoba nobuholi obuphezulu buyabona ukuthi inkulu inkinga yamanzi nentuthuko oThukela uphinde waveza ukuthi lukhulu luyeza luyanyelela oThukela abantu abathanda i-EFF abathule babheke ukuthi izinhlelo zabo zinhle kakhulu oThukela.

Recent Posts

  • UVALO LOKULAHLEKA KWEMISENBENZI INKAMPANI YEZIMOTO IHLONGOZA UKUVALA IMINYANGO KULELI
  • I-AFRI-FORUM IZOVULELA AMACALA ABAHOLI ABASOLA UTHISHANHLOKO ESIDLANGALALENI KOLUKACWECWE
  • UHLABISA GXEKE UKUGXAMBUKELA KWEPOLITIKI KOHULUMENI BASEKHAYA
  • UKUPHUZA UTSHWALA KUNCIPHISA UGQOZI LOKWENZA UCANSI EMADODENI- UCWANINGO
  • ULIBOFUZO LUHLULEKILE UKUHLANGANISA ABAMANGALELWA NENDAWO YESIGAMEKO ECALENI LIKASENZO

Recent Comments

  1. Sikhulu Khabazele on KUHLASELWE UMSESHI OWAYEPHENYA NGECALA LIKASENZO MEYIWA
  2. Snethemba Mbatha on UKHATHAZEKILE UMNDENI NGOKUNYAMALALA KOMFANYANA(7) ONYAMALALE EDLALA EDUZE KWAKUBO
  3. zodwa hlatshwayo on BAKHATHAZEKILE ABASEBENZI BAKUMASPALA UKHAHLAMBA NGOKUMISWA KWEMIHOLO YABO
  4. Nomfanelo Manqele on BAKHATHAZEKILE ABASEBENZI BAKUMASPALA UKHAHLAMBA NGOKUMISWA KWEMIHOLO YABO
  5. Mbalenhle on BAKHATHAZEKILE ABASEBENZI BAKUMASPALA UKHAHLAMBA NGOKUMISWA KWEMIHOLO YABO

Archives

  • May 2025
  • April 2025
  • March 2025
  • February 2025
  • January 2025
  • December 2024
  • November 2024
  • October 2024
  • September 2024
  • August 2024
  • July 2024
  • June 2024
  • May 2024
  • April 2024
  • March 2024
  • February 2024
  • January 2024
  • December 2023
  • November 2023
  • October 2023
  • September 2023

Categories

  • About Us
  • Amancoko
  • Ezamanye Amazwe
  • Ezemidlalo
  • Ezepolitiki
  • Ezikaqedisizungu
  • Ezingejwayelekile
  • Imibono Yabafundi
  • Izikhangisi
  • Izindaba Zomphakathi
  • Ngisho NgeData Lami
  • Weekly Digital News Paper

©2025 UTHUKELA NEWS TIMES | Design: Newspaperly WordPress Theme