Skip to content
UTHUKELA NEWS TIMES

Menu
  • Home
  • Izindaba Zomphakathi
  • Ezepolitiki
  • Ezemidlalo
  • Ezingejwayelekile
  • Ezikaqedisizungu
  • Ezamanye Amazwe
  • Izikhangisi
  • Imobono
    • Ngisho NgeData Lami
    • Imibono Yabafundi
  • About Us
  • Contact Us
  • UTHUKELA FM LIVE
  • Weekly Digital News Paper
  • Amancoko
Menu

SEBEZIHLOMULELE NGOMHLABA ABADLALI BEZWE LASE NIGERIA NGOKUFIKA KWABO KWI FINAL YE AFCON

Posted on 15 February 2024

Umongameli wezwe lase Nigeria uMnu Bola Ahmed Tinubu, wenze okungajwayelekile kulokhu kubafana bakhe abebedlala imidlalo ye African cup of nations (afcon) ebibanjelwe ezweni lase Ivory Coast njengoba ebabizele ekhaya elikhulu Elise Abuja likamongameli ukuzobahalalisela nge mpumelelo yabo.

Umongameli uthe Abafana bama Super Eagle’s abaqale kuyena besafika nje bengakayi ukuyothola imiklomelo yabo yokwenza kahle kwi nhlangano ebhekelele ibhola kuleliyazwe, bexhawule kuyena kuqala.

Umongameli ube esebaxhawulisa ngendodo ebizwa ngokuthi (Member of the Order of the Niger) okuyi ndondo etholwa abantu abenze kahle kakhulu ukulwela izwe labo, akagcinanga lapho njengoba wonke umdlali ephinde wamgixabeza nge (flat) okuyi ndawo enkulu ongayisebenzisela amabhizinisi akho noma uqashise ngayo, ube esevala ngo Mhlaba wonke umuntu obambe iqhaza kulempumelelo yabo (njengoba bona ukudliwa kwabo kwi final nge Sonto elendlule ngo 2_1 bedliwa osokhaya obekuyi Ivory Coast bekuthatha nje ngokuba bangamaqhawe ngakubo yingakho ekubona kunesidingo ukuthi bahlonishwe ngalendlela)

“Ngithi lokhu okusehlele njengezwe njengoba besidlala final sadliwa akungasidikibalisi kodwa akusenze ukuthi sisebenze ngoku khulu ukuzikhandla nangokubambisana” kuqhuba yena njalo Umongameli u (Bola)

Ube esegqugquzela intsha esakhula edlala lona ibhola emigwaqeni ukuba ayiqhubeke impela ngoba ibona abazoba amaqhawe akusasa akuleliyazwe.

Recent Posts

  • UVALO LOKULAHLEKA KWEMISENBENZI INKAMPANI YEZIMOTO IHLONGOZA UKUVALA IMINYANGO KULELI
  • I-AFRI-FORUM IZOVULELA AMACALA ABAHOLI ABASOLA UTHISHANHLOKO ESIDLANGALALENI KOLUKACWECWE
  • UHLABISA GXEKE UKUGXAMBUKELA KWEPOLITIKI KOHULUMENI BASEKHAYA
  • UKUPHUZA UTSHWALA KUNCIPHISA UGQOZI LOKWENZA UCANSI EMADODENI- UCWANINGO
  • ULIBOFUZO LUHLULEKILE UKUHLANGANISA ABAMANGALELWA NENDAWO YESIGAMEKO ECALENI LIKASENZO

Recent Comments

  1. Sikhulu Khabazele on KUHLASELWE UMSESHI OWAYEPHENYA NGECALA LIKASENZO MEYIWA
  2. Snethemba Mbatha on UKHATHAZEKILE UMNDENI NGOKUNYAMALALA KOMFANYANA(7) ONYAMALALE EDLALA EDUZE KWAKUBO
  3. zodwa hlatshwayo on BAKHATHAZEKILE ABASEBENZI BAKUMASPALA UKHAHLAMBA NGOKUMISWA KWEMIHOLO YABO
  4. Nomfanelo Manqele on BAKHATHAZEKILE ABASEBENZI BAKUMASPALA UKHAHLAMBA NGOKUMISWA KWEMIHOLO YABO
  5. Mbalenhle on BAKHATHAZEKILE ABASEBENZI BAKUMASPALA UKHAHLAMBA NGOKUMISWA KWEMIHOLO YABO

Archives

  • May 2025
  • April 2025
  • March 2025
  • February 2025
  • January 2025
  • December 2024
  • November 2024
  • October 2024
  • September 2024
  • August 2024
  • July 2024
  • June 2024
  • May 2024
  • April 2024
  • March 2024
  • February 2024
  • January 2024
  • December 2023
  • November 2023
  • October 2023
  • September 2023

Categories

  • About Us
  • Amancoko
  • Ezamanye Amazwe
  • Ezemidlalo
  • Ezepolitiki
  • Ezikaqedisizungu
  • Ezingejwayelekile
  • Imibono Yabafundi
  • Izikhangisi
  • Izindaba Zomphakathi
  • Ngisho NgeData Lami
  • Weekly Digital News Paper

©2025 UTHUKELA NEWS TIMES | Design: Newspaperly WordPress Theme