Amaphoyisa aseKwaZulu-Natal asindise umshayeli weloli obegetshengwe wathunjwa emgwaqeni u-R68 phakathi kwe-Dundee ne-Nquthu ngoLwesine ntambama. Ngokusho kwe-South African...
Izindaba Zomphakathi
u-Thulasizwe Buthelezi, ongungqongqoshe woMnyango wezokuBusa ngokuBambisana neziNdaba zoMdabu KwaZulu-Natal, usephinde wavikela ukusetshenziswa kwemali yomnyango wakhe kumakhosi ngesikhathi...
Abafundi base-Mnambithi TVET College ekhampasini esedolobheni babambe umbhikisho besuka kuSettlers Drive baya emahhovisi ekolishi akuMurchison Street, lapho...
Umphakathi waseRookdale Endala, endaweni eyaziwa ngokuthi kuseNkomfeni eBergville, ucele ukuzwa kuMeya woMasipala wasoKhahlamba, Vikizitha Mlotshwa, mayelana nokuthi...
Kushiswe izigugula zosonkontileka obephethe umsebenzi wokwakha imigwaqo endaweni yakwaHlathi, umsebenzi okuthiwa awukaze uqale ngokuphelele. Kubikwa ukuthi imigwaqo...
Kuphazamiseke ukusebenza endaweni yase-Uitval eMnambithi ngoLwesithathu ngenxa yesiteleka somphakathi esiqhubekayo mayelana nenkinga yamanzi. Abahlali bathi akukho okuzokwenzeka...
Sekuvele izinsolo zokuthi amaqembu adayisa izidakamizwa asebenza eMgungundlovu asebenzisa abantu abakhubazekile ukuthutha nokudayisa izidakamizwa ezindaweni ezifana nase-Edendale...
Umphakathi wakwaShangela eMnambithi uthi usukhathale ukuphila ngaphandle kwamanzi ahlanzekile njengoba sekuphele iminyaka engaphezu kwengu-20 bengawatholi amanzi ahambayo....
UMzumbe – UMphathiswa woMnyango wezokuBusa ngokuBambisana neziNdaba zoMdabu KwaZulu-Natal, uMfundisi Thulasizwe Buthelezi, uhambise ngokusemthethweni izinsiza zokuthuthukisa umnotho...
Bayakhala abazali babantwana abafunda kwaVimbukhalo Primary eBergville eStulwane kulandela ukugqekezwa kwalesikole esisandokwakhiwa ngakho kodwa kuthathwe ubuchwepheshe bokufunda...
