Liyaqhubeka enkantolo ephakeme yaseThekwini ,icala labantu abangu-62 abasolwa ngokususa uthuthuva,ngezibhelu zikaJulayi 2021. Abasolwa babhekene namacala ahlukahlukene, okubalwa...
EzaKwaZulu-Natal
INgonyama uMisuzulu kaZwelithini isithumele ngokusemthethweni abakhongi, behambisana nabantwana baseNdlunkulu, emndenini kaNdlunkulu uSihle kaMawewe Mdhluli eKomatipoort, eMpumalanga, ukuyophetha...
Umqondisi ophezulu wenhlangano iSonke Gender Justice, uMnuz Bafana Khumalo, uthi iSilo uMisuzulu kaZwelithini kumele sixolise nakuNdlunkulu, hhayi...
UMeya Womkhandlu waseMngeni uKhansela Chris Papas, ngokubambisana namakhansela banikele ngokusemthethweni ngestudio nemishini yokuqopha, kumaciko aseMngeni,lemishini okubalwa kuyo...
PHANSIInhlangano iMarch and March Movement ithi izoqhubeka nomzabalazo wayo wokulwa nokufuduka kwabantu ngokungemthetho nobugebengu, naphezu kwezinsolo zokuthi...
Amaphoyisa eMajuba aphenya icala lokubulala nokuphanga ngemuva kokuthi kutholakale owesilisa eshonile endlini yakhe. Ngokusho kokhulumela amaphoyisa ombutho-SAPS...
UNgqongqoshe Wezemisebenzi Yomphakathi kanye Nengqalasizinda uDean Macpherson kulindeleke ukuthi namuhla ahambele indawo lapho kubhidlike khona isakhiwo eBuhleni...
INkosi uMisuzulu kaZwelithini isixoshe ngokusemthethweni uMfundisi Thulasizwe Dominic Buthelezi esikhundleni sokuba uNdunankulu weSizwe samaZulu. Lokhu kuvezwe esitatimendeni...
UMnyango Wezokubusa Ngokubambisana Nezindaba ZoMdabu KwaZulu-Natal (COGTA) kanye neProvincial Disaster Management Centre (PDMC) sekuqinisekise ukuthi usuphothuliwe umkhankaso...
Isishoshovu esilwisana nabokufika abangekho emthethweni, uPhakelumthakathi Ndabandaba, sesiphendule ngezinsolo zokuthi saba nomhlangano oyimfihlo nabokufika ngasese. Lezi zinsolo...
