U-Aphiwe, umfundi eGabangemfundo Primary School e-Uitvaal, uthole indawo yesithathu emncintiswaneni wokufundwa kwezincwadi obubanjwe kusukela mhla ziyi-19 kuya...
intatheli Yothukela
Umphakathi waseMhlumayo eMnambithi uthi usukhathazekile ngokunganakwa yiziphathimandla, njengoba uthi usuwenze konke ukuzama ukuthola intuthuko efana nezinye izindawo....
Abantu ababili baseMalawi baboshiwe ngemuva kokubanjwa bezama ukudiliza izintambo zethusi ezebiwe endaweni esePinetown, entshonalanga yeTheku. Abasolwa baboshwe...
UNgqongqoshe wezokubusa ngokubambisana nezindaba zomdabu esifundazweni iKwaZulu-Natal uMfundisi Thulasizwe Buthelezi uncome kakhulu uzinzo kwezepolitiki ebuholini bomkhandlu uMhlathuze,...
UMkhandlu waseNkandla ubenomhlangano wezinsuku ezimbili eSalt Rock Hotel, lapho iMeya yomkhandlu uCllr Nonhlanhla Nzuza uvule khona lomhlangano...
Kuhlokome ihholo lomphakathi uBhekuzulu Community Hall namhlanje ngesikhathi kwethulwa ngokusemthethweni usonkontilela ozokwakha iThulubheke Road Project ngaphansi kukaWard...
Isikhulu sikamaspala i-Alfred Duma Local Municipality esibe ngundabamlonyeni ekuqaleni kweviki kulandela ukuzinikela kwaso emaphoyiseni emvakwezinsolo zokunukubeza ngokocansi,...
Bekuyinjabulo enkulu kubafundi baseNtonjeni High School ngaphansi kukaMasipala wase-Alfred Duma ngesikhathi bevakashelwa uSihlalo wenhlangano engenzi nzuzo iNew...
Abasolwa abangu-284 baphunyuke ezandleni zamaphoyisa phakathi kuka-Ephreli noDisemba ngonyaka odlule, ngokusho koMnyango Wezamaphoyisa. Nakuba izehlakalo zokweqa kweziboshwa...
Kube nokuphazamiseka kokufunda eMbulwane Primary School ekuseni namhlanje ngemuva kokuthi abantwana abebelibangise kulesi sikole bebansdakanyeke engozini yemoto....
