Ulusizi umndeni kaNkosikazi Zenzomuhle kaMazibuko Khumalo waseMakekeni e-Estcourt ngemuva kokutholakala eshonile izolo ekuseni. UkaMazibuko wahamba ekhaya ngoMsombuluko...
intatheli Yothukela
Ubudlelwano phakathi komsakazi woKhozi FM uTshatha Ngobe, usomabhizinisi uXolani Mcineka nomculi kamaskandi oseke wahlabana ngezindondo uKhuzani Mpungose...
Umphakathi waseUitval uvale iSigweje Shopping Centre namuhla ekuseni, ukhombisa intukuthelo ngenxa yamanzi angekho ezimpompini abathi sekuphele izinyanga...
Kuzwakale ngomkikizo ngesikhathi iMeya yaseLangalibalele, uMhlonishwa Mduduzi Myeza, ihlomulisa omama abadayisa eMpumelelo Technical High School ngesitoko sokudayisa....
IMeya yaseLangalibalele, uMhlonishwa Mduduzi Myeza, ivakashele izikole ezintathu namuhla ngaphansi kohlelo lweMayoral Back to School Campaign, iqala...
KULIMALE abantu abathathu abebehamba ngezinyawo, oyedwa wabo kanzima ngemuva kokushayiswa yimoto ku-Oost Street ngasePrincess Mkabayi Mall eVryheid...
Imindeni yabesilisa abane abadutshulwa babulawa ngamaphoyisa emgwaqweni uDumisani Makhaye, KwaMashu, ngoMashi 20, 2025, ithi ayiphezi ukubonga umuntu...
INkantolo yeMantshi yaseNewcastle igwebe owesilisa,oneminyaka engu-20 ubudala,odilikajele ababili ngemuva kokuthi inkantolo imthole enecala lokudlwengula abashana bakhe ababili...
UNDUNANKULU waKwaZulu-Natal, uMnuz Thamsanqa Ntuli, uthi baphezu kohlelo lokudlulisela ubunikazi bezipaza eziphethwe abokufika abangenazo izincwadi kubahlali bakuleli....
UHulumeni wesiFundazwe saKwaZulu-Natali uqinise imizamo yokunqanda ukubhebhetheka kwesifo samatele (FMD), njengoba sekunezinyathelo zokungenelela ezisebenza ezingeni eliphezulu kuzo...
