UNgqongqoshe Wezobulungiswa, uMmamoloko Kubayi, udalule ukuthi iNingizimu Afrika ichithe imali engaphezu kuka-R76 million kubahumushi bezilimi zakwamanye amazwe...
UNkosikhona Ndabandaba, owaziwa ngoPhakel’uMthakathi, ongomunye wabaholi abaxhumene nenhlangano yeJune 30 movement, uthi uselahle ithemba ekutheni uhulumeni uzokwazi...
Umkhandlu waseNdumeni usuhlele kabusha umhlangano obumayelana nesabelomali esingu-R500 million, kanti kuzophinde kuhlalwe emuva kwezinsuku eziyisikhombisa ukuze kubhekisiswe...
Umdlali weqembu lesizwe laseNingizimu Afrika, uMbekezeli “TLB” Mbokazi, uqokelwe eqenjini le-MLS All-Star XI lango-2026, okuyimpumelelo enkulu emsebenzini...
UMengameli waseNingizimu Afrika, uCyril Ramaphosa, umemezele ukuthi uhulumeni uzothumela izithunywa emazweni ahlukene ase-Afrika nakwezinye izingxenye zomhlaba ukuze...
Kuvele ukuthi inkantolo isikhiphe incwadi yokuboshwa (warrant of arrest) kaNgizwe Mchunu ngemuva kokutholakala ukuthi udelele isinqumo senkantolo...
Iqembu lezepolitiki iMayibuye livakashele imizi emibili esigcemeni sakwa-E, eZakheni kuWard 6, lapho linikele khona ngosizo lokudla emindenini...
Umphakathi waseNumber 4 KwaHlathi, eZihlabathini naseTop City eMnambithi uthi usuphila ngaphansi kwezimo ezinzima ngenxa yokuntuleka kwamanzi ahlanzekile....
angisiyona lenhlobo okudingeka ngize ngiyilalele kaningi i-Album yomculo ukuze ngizwe ukuthi ngabe ishaya khona yini noma cha,...
KWAMASHU – UMajor General Nosipho Madondo woPhiko lweCrime Intelligence kanye noMajor General Dr Siyanda Ngcobo, oyiPhini likaKhomishana...
