IKOLISHI laseMnambithi iMnambithi TVET belisingathe umqhudelwano weCOSACSA ngempelasonto, lomqhudelwano ubuhanjelwe ngamakolishi ahlukene aqhamuka kuso sonke isifundazwe saKwaZulu-Natal,singabala...
Izindaba Zomphakathi
UMnyango Wezokubusa Ngokubambisana Nezindaba ZoMdabu KwaZulu-Natal (COGTA) kanye neProvincial Disaster Management Centre (PDMC) sekuqinisekise ukuthi usuphothuliwe umkhankaso...
Isishoshovu esilwisana nabokufika abangekho emthethweni, uPhakelumthakathi Ndabandaba, sesiphendule ngezinsolo zokuthi saba nomhlangano oyimfihlo nabokufika ngasese. Lezi zinsolo...
Abasubathi abebeyingxenye yeMayoral Marathon ebisuka eMphandwini Primary School iphelela eMthungwini Clinic ku wadi 13 kuMasipala waseNkandla,ngaphansi kobuholi...
Kudutshulwe kwabulawa umsolwa okukholakala ukuthi ubeyingxenye yeqembu labaphangi ngesikhathi edubulana namaphoyisa endaweni yamapulazi ephakathi kweDundee neGlencoe ngasemgwaqeni...
UMnyango wezokubusa ngokuBambisana neZindaba zomdabu esfundazweni saKwaZulu-Natal oholwa uMfundisi uThulasizwe Buthelezi uthumele amathimba abhekelele izinhlekelele ukulekelela kulandela...
IHhovisi leNgonyama uMisuzulu kaZwelithini limemezele ukuthi umhlangano phakathi kwezithunywa zeNgonyama no-Unyazi Lwezulu uphothulwe ngempumelelo ngenhloso yokuqinisa ubunye...
Kulindeleke ukuthi iphinde iqale phansi ingqungquthela yokukhetha ubuholi beqembu le-Inkatha Freedom Party (IFP) eNdaka/Mnambithi ngempelasonto ezayo, kulandela...
IPhini leMeya yaseNewcastle ophinde abe nguSihlalo we-Technical Services Portfolio, uKhansela u-Andile Nkosi, uhlole isimo semigwaqo enetiyela eNewcastle...
Umndeni wakwaNkonyane uthi usuzokwazi ukulala ngokuthula ebusuku njengoba usukwazile ukungcwaba ngesizotha ubaba wekhaya, uDkt Elijah Nkonyane, obenguMengameli...
