I-Independent Directorate Against Corruption (IDAC), okuwuhlaka olukhwthekile olulwa nenkohlakalo ngaphansi kweNational Prosecuting Authority (NPA), ikhiphe isitatimende izolo...
EzaKwaZulu-Natal
UPhakelumthakathi usephike izinsolo ezithi uganwe noma unobudlelwano bothando nentokazi yaseZimbabwe. Lokhu kulandela ukuthi intokazi eyaziwa ngoBekezela Dube,...
Amaphoyisa aseKwaZulu-Natal asindise umshayeli weloli obegetshengwe wathunjwa emgwaqeni u-R68 phakathi kwe-Dundee ne-Nquthu ngoLwesine ntambama. Ngokusho kwe-South African...
u-Thulasizwe Buthelezi, ongungqongqoshe woMnyango wezokuBusa ngokuBambisana neziNdaba zoMdabu KwaZulu-Natal, usephinde wavikela ukusetshenziswa kwemali yomnyango wakhe kumakhosi ngesikhathi...
Sekuvele izinsolo zokuthi amaqembu adayisa izidakamizwa asebenza eMgungundlovu asebenzisa abantu abakhubazekile ukuthutha nokudayisa izidakamizwa ezindaweni ezifana nase-Edendale...
UMzumbe – UMphathiswa woMnyango wezokuBusa ngokuBambisana neziNdaba zoMdabu KwaZulu-Natal, uMfundisi Thulasizwe Buthelezi, uhambise ngokusemthethweni izinsiza zokuthuthukisa umnotho...
Isishoshovu esilwela ukuthi abokufika abangekho emthethweni baphume eNingizimu Afrika, Ngizwe Mchunu, siphike izinsolo zokuthi abokufika yibona abathinteka...
UNdunankulu waKwaZulu-Natal Thami Ntuli kanye noNgqongqoshe Wezemidlalo, Amasiko nezobuCiko Mntomuhle Khawula bahalalisele iqembu le-Durban City FC emcimbini...
Kube nokungezwani eMooi River ngoMgqibelo ngesikhathi izakhamizi zithatha umthetho ngezandla zazo zavala ama-tuckshop okusolwa ukuthi adayisa izidakamizwa...
UMeya kamasipala waseBaQulusi ukhansela uSifiso Mkhwanazi uvakashele ongusomabhizinisi waseMondlo kwaWadi 18,uNkk Gugu Zulu oneminyaka engu-68,onothando lokulima kanye...
