UMkhonto weSizwe Party (MKP) ulungiselela omunye umzamo wokukhipha uNdunankulu waKwaZulu-Natal uThami Ntuli esikhundleni. IPhini lesibili likamengameli we-MKP...
Manzini Sengwayo
Namhlanje, iMeya yoMasipala iLangalibalele, Mduduzi Myeza, ibambe imbizo yokuqala eWembezi Community Hall, ehlanganise umphakathi wakwa-Central Cluster, ngenhloso...
Usadidekile namanje umndeni wakwaMavundla owakhe epulazini uDe Ruste elise Winterton eBergville,unqatshelwa ukufihla ilungu layo elidlule emhlabeni. Okhulumela...
Njengoba amazinga okushisa eqhubeka nokwenyuka, izakhamuzi zaseTholeni ngaphansi kwe-Alfred Duma Local Municipality ziphoqeleke ukuba zigqube amabhala zilande...
Imeya kamasipala waseLangalibalele, uMduduzi Myeza, ihlangane nabasebenzi bakamasipala namhlanje ekuseni emhlanganweni wokubagqugquzela ukuthi baqinise ukusebenza kwabo, ikakhulukazi...
Umphakathi waseThintwa, kuWard 13 eBergville ngaphansi kukaMasipala wasoKhahlamba, ukhala kakhulu ngentuthuko ehamba kancane kanye nengqalasizinda eyonakele ebeka...
INhlangano Yezibonelelo Zikahulumeni, iSassa, imise cishe izibonelelo zomphakathi ezingu-70 000 ezweni lonke njengengxenye yokubuyekezwa okuhloswe ngokuqinisa izindlela...
UNDUNANKULU waKwaZulu-Natal, uMnuz Thami Ntuli, uthe iKhabhinethi lesifundazwe selivumelene ngokuthi ukubhebhetheka kwesifo samatele (FMD) sekudinga ukusukunyelwa ngokugcwele....
UMasipala Wesifunda Amajuba uthi uyasihlonipha isinqumo seNkantolo Ephakeme yaseMgungundlovu esichithe ukukhethwa kweKhansela le-IFP uThembelihle Mthembu njengoMeya kanye...
Isikole i-Ujikelele High School esiseMabhalonini, eWard 23 eMtshezi, sidunyiswe kakhulu ngokuziphatha kahle kwabafundi baso, ukubonakala okuhle kanye...
