Imashi ye-“March And March” ibanjelwe e-Mnambithi namuhla, lapho ababhikishi beqale khona e-Illing Road baya e-Kandahar Sports Ground....
Amaphoyisa aseKwaZulu-Natal asindise umshayeli weloli obegetshengwe wathunjwa emgwaqeni u-R68 phakathi kwe-Dundee ne-Nquthu ngoLwesine ntambama. Ngokusho kwe-South African...
u-Thulasizwe Buthelezi, ongungqongqoshe woMnyango wezokuBusa ngokuBambisana neziNdaba zoMdabu KwaZulu-Natal, usephinde wavikela ukusetshenziswa kwemali yomnyango wakhe kumakhosi ngesikhathi...
Ilungu le-uMkhonto weSizwe Party ePhalamende, David Skosana, selihlawuliswe yiKomidi Lezokuziphatha ePhalamende ngemva kokutholakala linecala lokuhlambalaza intatheli nokwehluleka...
Iqembu le-uMkhonto weSizwe Party seliveze ukukhathazeka ngokuqokwa kuka Aubrey Ledwaba njengoMengameli weNkantolo eNkulu yaseGauteng nguMengameli Cyril Ramaphosa....
Abafundi base-Mnambithi TVET College ekhampasini esedolobheni babambe umbhikisho besuka kuSettlers Drive baya emahhovisi ekolishi akuMurchison Street, lapho...
Uma ulalele i-Album entsha sha esanda kuphuma kamculi kamaskandi osemncane odabuka eMnambithi Ungena, ungafunga ukuthi ulalele umculi...
Umphakathi waseRookdale Endala, endaweni eyaziwa ngokuthi kuseNkomfeni eBergville, ucele ukuzwa kuMeya woMasipala wasoKhahlamba, Vikizitha Mlotshwa, mayelana nokuthi...
Kushiswe izigugula zosonkontileka obephethe umsebenzi wokwakha imigwaqo endaweni yakwaHlathi, umsebenzi okuthiwa awukaze uqale ngokuphelele. Kubikwa ukuthi imigwaqo...
Kuphazamiseke ukusebenza endaweni yase-Uitval eMnambithi ngoLwesithathu ngenxa yesiteleka somphakathi esiqhubekayo mayelana nenkinga yamanzi. Abahlali bathi akukho okuzokwenzeka...
