Uma ulalele i-Album entsha sha esanda kuphuma kamculi kamaskandi osemncane odabuka eMnambithi Ungena, ungafunga ukuthi ulalele umculi...
Ezikaqedisizungu
Kuzosetshenziswa umculo wesintu nomaskandi ukukhumbula nokuhlonipha ongasekho, uWelcome Bhodloza Nzimande, owaziwa nangokuthi uNgulube Encane, ngenxa yegalelo lakhe...
Kube nomoya wokuzijabulisa nokuhlangana komphakathi ngesikhathi kubanjwa umcimbi iMnambithi Music Festival mhla zi-3 kuNhlaba eSettlers Park, eMnambithi....
Kube umlando omkhulu emculweni wesintu ngesikhathi umculi kaMaskandi waseMnambithi, Umafikizolo, ogama lakhe langempela kunguKhethukuthula Mhlongo, ehlomula ngomklomelo...
Umkhakha womculo ukhalas ngokudlula emhlabeni kuka-Albert Mazibuko, obeyilungu leqembu lodumo iLadysmith Black Mambazo. UMazibuko udlule emhlabeni ngeSonto...
USfiso Sibiya, owaziwa ngoKing Sfiso, useqinisekisile ukuthi uthatha ikhefu emsakazweni ngemuva kokushiywa ngaphandle ohlwini olusha loKhozi FM....
Njalo ngesikhathi salonyaka kuba negidigidi kubathandi bomsakazo njengoba kuyisikhathi lapho imisakazo eminingi isuke yenza ushintsho. Abantu abathanda...
Umsakazi wohlelo lwasekuseni kuKhozi FM, uSipho Mbatha, usephumele obala waphika izinkulumo ezisabalele ezinkundleni zokuxhumana ezithi usezobeka phansi...
Ubudlelwano phakathi komsakazi woKhozi FM uTshatha Ngobe, usomabhizinisi uXolani Mcineka nomculi kamaskandi oseke wahlabana ngezindondo uKhuzani Mpungose...
Umsakazi uPenny Ntuli uqede ngokusemthethweni uhambo lwakhe ne-Jozi FM, evala isahluko esaqala ngohlelo lwesikhashana kodwa sakhula saba...
