UGqongqoshe womnyango Wezemfundo Ephakeme, Buti Manamela, usememezele ngokusemthethweni ukubekwa kwe-National Student Financial Aid Scheme (NSFAS) ngaphansi kweso...
intatheli Yothukela
Bekusindwe ngobethole ngesikhathi umphakathi waseBhatha, Lusitenia kanye nezindawo ezizungezile uhlangene ngoMgqibelo ukuzobungaza uKhansela waseWard 24 ngaphansi kukaMasipala...
Umkhulu Bheki Leonard Mazibuko oneminyaka engu-80 waseDark City eMbuzweni ngaphansi kukaWard 15, uthi unesifiso sokuhlangana neMeya kaMasipala...
Kube nomoya wokuzijabulisa nokuhlangana komphakathi ngesikhathi kubanjwa umcimbi iMnambithi Music Festival mhla zi-3 kuNhlaba eSettlers Park, eMnambithi....
Kuvele ukungezwani okukhulu phakathi kwenhlangano i-Labour and Civic Organisation (LACO) nobuholi bentsha ye-uMkhonto weSizwe Party (MKP), kulandela...
Isiteshi sethelevishini 1KZN TV sesikhiphe isitatimende siphendula izinsolo ezisabalele ezinkundleni zokuxhumana mayelana nezinhlelo zamasonto abokufika ezikhonjiswa kulesi...
Inhlangano yabafundi, Congress of South African Students (COSAS), isinxuse uMengameli Cyril Ramaphosa ukuthi amise ngokushesha uNgqongqoshe weMfundo...
Kukhulu ukhathazeka kubantu baseNingizimu afrika,ngezivivinyo zokuphela konyaka, kulandela ukuthi uMengameli wezwe uCyril Ramaphosa ememezele umhla zingu 4...
UMasipala waseDannhauser ubambe umhlangano wokuxoxisana nomphakathi mayelana nohlelo lwezaphulelo zamanani amarates, njengengxenye yokuzibophezela kwawo ukukhuthaza ukukhokhwa okufanele...
UNdunankulu waKwaZulu-Natal, uMnu uThamsanqa Ntuli, usigxeke kakhulu isigameko sokubulawa ngesihluku kwephoyisa eThekwini, esigamekweni sokudubula esinodlame esenzeke izolo....
