Imiphakathi engaphansi kobuholi bomdabu KwaZulu-Natali manje isizokwazi ukuba nezincwadi ezifungelwe kanye namanye amaphepha asemthethweni azosebenza endaweni, ngemuva...
EzaKwaZulu-Natal
KULIMALE abantu abathathu abebehamba ngezinyawo, oyedwa wabo kanzima ngemuva kokushayiswa yimoto ku-Oost Street ngasePrincess Mkabayi Mall eVryheid...
Imindeni yabesilisa abane abadutshulwa babulawa ngamaphoyisa emgwaqweni uDumisani Makhaye, KwaMashu, ngoMashi 20, 2025, ithi ayiphezi ukubonga umuntu...
INkantolo yeMantshi yaseNewcastle igwebe owesilisa,oneminyaka engu-20 ubudala,odilikajele ababili ngemuva kokuthi inkantolo imthole enecala lokudlwengula abashana bakhe ababili...
UNDUNANKULU waKwaZulu-Natal, uMnuz Thamsanqa Ntuli, uthi baphezu kohlelo lokudlulisela ubunikazi bezipaza eziphethwe abokufika abangenazo izincwadi kubahlali bakuleli....
NgoLwesine kuboshwe izelamani ezimbili kulandela umkhankaso wamaphoyisa eMzinto, lapho zisolwa ngokuhlukumeza umphakathi wakule ndawo. Okhulumela amaphoyisa KwaZulu-Natal,...
UMkhonto weSizwe Party (MKP) ulungiselela omunye umzamo wokukhipha uNdunankulu waKwaZulu-Natal uThami Ntuli esikhundleni. IPhini lesibili likamengameli we-MKP...
UMasipala Wesifunda Amajuba uthi uyasihlonipha isinqumo seNkantolo Ephakeme yaseMgungundlovu esichithe ukukhethwa kweKhansela le-IFP uThembelihle Mthembu njengoMeya kanye...
Umasipala waseMngeni, ongaphansi kobuholi bukaMeya uChris Pappas, usuthathe isinyathelo sokwesula izikweletu zikagesi namanzi ezibiza uR10 million, ebezibhekene...
Ibibhalwe emehlweni injabulo kubafundi abangu-14, abathole imifundaze ehhovisini likaNgqongqoshe woMnyango wezokuBusa ngokuBambisana neziNdaba zoMdabu, uMfundisi Thulasizwe Buthelezi....
