UMeya kaMsipala waseMfolozi ukhansela uXolani Bhengu uhambele umndeni wakwa Msweli,eBhubhubhu kuwadi 15,nokulapho kubikwa ukuthi kudlule emhlabeni izingane ezimbili ezineminyaka ephakathi kuka 3 no 4 ubudala nokusolwa ukuthi badle ushevu.
Umeya uBhengu udlulise amazi enduduzo emndenini.